Skip to Content

"nothimothewu"

10 occurrences in ZUL

OPawulu, noSilvanu, noThimothewu kulo ibandla labaseTheselonika elikuNkulunkulu uBaba , naseNkosini uJesu Kristu : Makube kini umusa nokuthula. UPawulu ubonga ukuqala kwabo okuhle ekukholweni; wethemba ukukhethwa kwabo ngevangeli eliqinisileyo abalamukele

UPawulu, isiboshwa sikaKristu Jesu , noThimothewu umzalwane kuFilemoni, isithandwa sethu nesisebenzi kanye nathi,

Khona abazalwane bamukisa masinyane uPawulu ukuba aze afike elwandle; kepha oSila noThimothewu basala khona.

Kepha sebefikile oSila noThimothewu behla eMakedoniya , uPawulu wakhathalela izwi, wafakaza kubaJuda ukuthi uJesu unguKristu.

Waphelekezelwa nguSophat ru kaPhiru waseBereya , nabaseThesalonika o - Aristarku noSekhundu, noGayu waseDerbe , noThimothewu, nabase-Asiya oThikhiku noTrofimu.

UPawulu, umphostoli kaKristu Jesu ngentando kaNkulunkulu , noThimothewu umzalwane kulo ibandla likaNkulu nkulu eliseKorinte nakubo abangcwele bonke abakulo lonke lase-Akhaya:

Ngokuba iNdodana kaNkulunkulu uKristu Jesu owashunyayelwa kini yithina, mina, noSilvanu, noThimothewu, wayengesiye uyebo kanye noqhabo, kepha kuyena kunguyebo.

OPawulu noThimothewu, izinceku zikaKristu Jesu, kubo bonke abangcwele kuKristu Jesu abaseFilipi, kanye nababonisi namadiyakoni:

UPawulu, umphostoli kaKristu Jesu ngentando kaNkulunkulu , noThimothewu umzalwane

OPawulu, noSilvanu, noThimothewu kulo ibandla labaseThesalonika elikuNkulunkulu, uBaba wethu, naseNkosini uJesu Kristu: