Lawa angamadodana kaRehuweli : ngoNahati, noZera, noShama, noMiza; yilawo angamadodana kaBasemati umka-Esawu.
Amadodana kaJuda: ngo-Eri, no-Onani, noShela, noPheresi, noZera; kepha o-Eri no -Onani bafela ezweni laseKhanani . Amadodana kaPher esi ayengoHesironi noHamule.
Amadodana kaRehuweli: ngoNahati, noZera, noShama, noMiza.
UTamari umalokazana wakhe wamzalela oPheresi noZera. Onke amadodana kaJuda ayeyisihlanu.
Amadodana kaSimeyoni : ngoNemuweli, noJamini, noJaribi, noZera, noShawule,
noJowa indodana yakhe , no-Ido indodana yakhe , noZera indodana yakhe , noJewatherayi indodana yakhe.