Skip to Content

"obuthakathaka"

7 occurrences in ZUL

Khandani amakhuba enu abe yizinkemba , ocelemba benu babe yimikhonto, obuthakathaka asho ukuthi ngiyiqhawe.

Kepha obuthakathaka ekukholweni mamukeleni , kungabi ngokwahlulela ngezizindlo.

Omunye ukholwa ukuthi angadla konke, kepha obuthakathaka udla imifino.

Kepha lokho kwazi akukho kubo bonke . Kodwa abanye, lokhu bejwayelene nezithombe kuze kube manje , bakudla njengokuhlatshelwe isithombe , nonembeza wabo obuthakathaka uyangcola.

Khona obuthakathaka useyabhubha ngenxa yokwazi kwakho , engumzalwane amfelayo uKristu.

Kanjalo uma nona kubazalwane , nilimaza unembeza wabo obuthakathaka, niyona kuKristu.

Ngubani obuthakathaka ngingebuthakathaka nami na ? Ngubani okhubekiswayo kungavuthi kimi na?