Skip to Content

"oholiyabe"

5 occurrences in ZUL

Bheka, mina ngimisile kanye naye u -Oholiyabe indodana ka -Ahisamaki, owesizwe sakwaDani; ezinhliziyweni zazo zonke eziyizingcweti ngenhliziyo ngifake ukuhlakanipha ukuba zikwenze konke engikuyale ngakho:

Ubeke enhliziyweni yakhe ukuba afundise, yena no-Oholiyabe indodana ka- Ahisamaki, owesizwe sakwaDani.

OBesaleli no -Oholiyabe bayakusebenza nabo bonke abahlakaniphile ngenhliziyo, uJehova abeke kubo ukuhlakanipha nokuqonda ukuba bazi ukwenza yonke imisebenzi yenkonzo yendlu e ngcwele njengakho konke uJehova akuyalileyo.

UMose wababiza oBesaleli no -Oholiyabe nabo bonke abahlakaniphile ngenhliziyo, uJehova abeke ukuhlakanipha ezinhliziyweni zabo , bonke abavuswa yizinhliziyo zabo ukuza emsebenzini ukuba bawenze.

Wayeno-Oholiyabe indodana ka-Ahisamaki, owesizwe sakwaDani, umqophi nengcweti nomfekethisi ngokuluhlaza nangokububende nangokubomvu , nangelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo.