Bonke okwafunyanwa kubo okuluhlaza nokububende nokubomvu , nelineni elicolekileyo, noboya bezimbuzi , nezikhumba ezibomvu zezinqama , nezikhumba zamatahasi, bakuletha.
Bonke abesifazane abahlakaniphile ngenhliziyo baphotha ngezandla zabo , baletha okuphothiweyo , okuluhlaza nokububende nokubomvu , nelineni elicolekileyo.
Ngokuba amanzi aseNimrimi ayincithakalo , notshani buyoma , uhlaza luyaphela, akusekho okuluhlaza.
nezingcwecwe zesiliv a ezilethwe zivela eTharishish i negolide lase -Ofiri, umsebenzi wesisebenzi nowezandla zomkhandi , kugqokiswe okuluhlaza nokububende, kungumsebenzi wabahlakaniphileyo konke.
ababembethe okuluhlaza , izinduna nababusi , izinsizwa ezinxanelekayo zonke, izinkweli ezikhwele amahhashi.