Skip to Content

"okungaka"

10 occurrences in ZUL

Ncengani kuJehova , ngokuba sekwanele lokhu kuduma okungaka nesichotho; ngizakunivumela ukuba nihambe, ningabe nisahlala.

Wayesekhala kuJehova, wathi: Jehova Nkulunkulu wami, usuwehlisele nalo mfelokazi engigogobele kwakhe okubi okungaka uze ubulale indodana yakhe na?

UJesu ekuzwa lokho wamangala , wathi kwabamlandelayo : Ngiqinisile ngithi kini : Angizange ngifumane kwa -Israyeli ukukholwa okungaka kumuntu.

Khona uPi latu wathi kuye : Awuzwa yini lokho okungaka abakufakaza ngawe na?

UJesu ekuzwa lokho wamangala ngayo , waphenduka, wathi esixukwini esimlandelayo: Ngithi kini : Angizange ngifumane ukukholwa okungaka nakwa-Israyeli.

Ngakho-ke abaJuda bathi: Bheka, ukumthanda kwakhe okungaka.

owasihlangulisa ekufeni okungaka noyakusihlangulisa , esethemba k uye ukuthi usayakusihlangulisa.

Ngokuba bhekani , khona lokho kudabukiswa kwenu ngokukaNkulunkulu kwaveza kini ukukhuthala okungaka , yebo, nokuziphendulela, nokuthukuthela, nokwesaba, nokulangazela, nokushiseka, nokuphindisela. Kukho konke nazibonakalisa ukuthi nimhlophe kule ndaba.

Ake nibone ukuloba okungaka enginilobele ngakho ngesami isandla.

thina siyakuphunyuka kanjani, uma sidebesela ukusindiswa okungaka na? -- okwakhulunywa kuqala ngeNkosi, kwaqiniswa kithina yilabo abamuzwayo,