Kepha nina nithi: Oshoyo kuyise noma kunina ukuthi : Kungumnikelo lokho ongabe usizwe yimi ngakho,
Oshoyo komubi ukuthi : Ulungile, lowo abantu bayakumqalekisa , nezizwe ziyakumthukuthelela.
Yathi inkosi: Oshoyo utho kuwe, mlethe kimi; akayikuphinda akuthinte.
oshoyo enkosini ukuthi: Muntu omubi, nasezikhulwini: Mashinga,
Uyakutshelwa ukuthi ngiyakhuluma na ? Ukhona yini oshoyo ukuthi makabhubhe na?
Kepha laba bangabantu abaphangiweyo nabamukiweyo ; bonke bacushiwe emigodini, bafihliwe ematilongweni ; bangabokuphangwa, akakho obophulayo, yebo, bayimpango, kungekho oshoyo ukuthi: Buyisa.
ogcwalisa izwi lenceku yakhe , afeze ukululekana kwezithunywa zakhe , oshoyo ngalo iJerusalema , athi: Liyakuba nabantu , nangemizi yakwaJuda ukuthi: Iyakwakhiwa, ngibuye ngivuse incithakalo yakhona;
oshoyo kuwo umsinga ukuthi: Yisha, ngiyakomisa imifula yakho;
oshoyo ngoKoresi ukuthi: Ungumalusi wami, uyakufeza konke okwentando yami, athi ngeJerusalema: Liyakwakhiwa, nakulo ithempeli: Isisekelo sakho siyakubekwa.
Zimnandi kangakanani ezintabeni izinyawo zoletha izindaba ezinhle , nomemezela ukuthula , obika izindaba ezinhle , ezwakalise ukusindiswa , oshoyo kulo iSiyoni ukuthi: UNkulunkulu wakho uyinkosi.