U-Otheniyeli indodana kaKenazi umfowabo ka Kalebi walithatha; wayesemnika u-Akisa indodakazi yakhe abe ngumkakhe.
U-Otheniyeli indodana kaKenazi , umnawe kaKalebi , walithatha; wayesemnika u-Akisa indodakazi yakhe abe ngumkakhe.
bathatha amadodakazi awo aba ngomkabo , banika amadodana awo amadodakazi abo, bakhonza onkulunkulu bawo. U-Otheniyeli
Kepha abantwana bakwa -Israyeli bakhala kuJeho va; uJehova wabavusela abantwana bakwa -Israyeli umsindisi owabasindisa , u-Otheniyeli indodana kaKenazi, umnawe kaKalebi.
Izwe lase liba nokuthula iminyaka engamashumi amane. Wafa u-Otheniyeli indodana kaKenazi. U-Ehudi
Amadodana kaKenazi: ngo-Otheniyeli noSeraya; amadodana ka-Otheniyeli: nguHathati.
Eyeshumi nambili ngenyanga yeshumi nambili kw akunguHelidayi waseNethofa ka -Otheniyeli; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.