Ngokuba uNkulunkulu wathi: Yazisa uyihlo nonyoko, nokuthi: Othuka uyise noma unina makafe nokufa.
Othuka uyise nonina wobulawa nokubulawa.
Ngokuba yilowo nalowo othuka uyise noma unina wobulawa nokubulawa ; uthukile uyise noma unina; igazi lakhe liyakuba phezu kwakhe.
Ngokuba uMose wathi : Yazisa uyihlo nonyoko , nokuthi: Othuka uyise noma unina makafe nokufa;