Amazwi ka -Amose owayephakathi kwabelusi baseThekhowa, owabonayo ngo-Israyeli emihleni ka -Uziya, inkosi yakwaJuda , nasemihleni kaJerobowamu indodana kaJowashi, inkosi yakwa-Israyeli, iminyaka emibili ngaphambi kokuzamazama komhlaba.
Yayisithi kimi: Amanzi owabonayo, lapho sihlezi khona isifebe, angabantu, nezixuku, nezizwe, nezilimi.