kepha uma ningalaleli izwi likaJehova , nihlubuke esiyalezweni sikaJehova, khona isandla sikaJehova siyakumelana nani , njengalokho samelana nawoyihlo.
Kepha isikhulu sasembusweni wasePheresiya samelana nam i izinsuku ezingamashumi amabili nanye , kepha bheka, uMikayeli, omunye wezikhulu zokuqala, weza ukungisiza, noma kade ngishiyiwe ngedwa khona namakhosi asePheresiya.