Wema phakathi kwabafileyo nabaphilayo; isifo sanqamuka.
U-Aroni wabuyela kuMose ngasemnyang o wetende lokuhlangana ; isifo sanqamuka.
wamlandela umuntu wakwa -Israyeli, wangena etendeni , wabagwaza bobabili, indoda yakwa-Israyeli nowesifazane esiswini sakhe . Sanqamuka-ke kanjalo isifo kubantwana bakwa-Israyeli.
UDavide wamakhela khona uJehova i -altare, wanikela nge minikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula . UJehova wancengwa ngenxa yezwe , isifo sanqamuka kwa-Israyeli.