Sebebonile abafowabo bakaJosefa ukuthi uyise ufile , bathi: Mhlawumbe uJosefa uzakusizonda, asiphindisele nokusiphindisela konke okubi esakwenza kuyena.
Bonke abantu babona ukuduma nokunyazima kombani , nezwi lecilongo , nentaba ithunqa; kwathi abantu sebebonile, bathuthumela, bema kude.
Bonke abantu bakwa -Israyeli sebebonile lo muntu bambalekela , besaba kakhulu.
Sebebonile ukuthi abanye babafundi bakhe badla izinkwa ngezandla ezimbi okungukuthi ezingahlanjiwe --
Sebebonile balanda ngalelo zwi ababetshelwe lona ngalowo mntwana.
Kwathi abaniniyo sebebonile ukuthi ithemba lenzuzo yabo limukile, bababamba oPawulu noSila, babahudulela esigcawini phambi kwababusi,