Skip to Content

"sezintabeni"

4 occurrences in ZUL

UJehoshafati wahlala eJerusalema , kepha wabuye waphuma , wahamba phakathi kwabantu , kusukela eBeri Sheba kuze kube sezintabeni , wababuyisela kuJehova uNkulunkulu wawoyise.

Abaphunyukileyo babo bayakuphunyuka , babe sezintabeni njengamajuba asezigodini, bakhale bonke, kube yilowo nalowo ngezono zakhe.

Ngiyakuliminzisa izwe lokukhukhula kwakho ngegazi lakho kuze kube sezintabeni, imifudlana igcwale ngawe.

Ngiyakuzalusela emadlelweni amahle , isibaya sazo sibe sezintabeni zempakama yakwa -Israyeli; ziyakubuthisa khona esibayeni esihle , ziklabe emadlelweni aluhlaza ezintabeni zakwa-Israyeli.