Skip to Content

"sezulwini"

4 occurrences in ZUL

Siyakukhuphukelaphi na ? Abafowethu benzile izinhliziyo zethu ziphele amandla ngokusho ukuthi : Abantu bakhulu , bade kunathi ; imizi mikhulu , ibiyelwe kuze kube sezulwini; futhi sibonile amadodana ama-Anaki khona.

Yizwa, Israyeli: Wena uyakuwela iJordani namuhla , ungene udle izizwe ezinkulu nezinamandla kunawe , imizi emikhulu nebiyelwe kuze kube sezulwini,

ngathi: Nkulunkulu wami , nginamahloni, ngiyakhophoza ukuba ngiphakamisele ubuso bami kuwe Nku lunkulu wami , ngokuba izono zethu zandile ngaphezu kwamakhand a ethu , namacala ethu akhulile kuze kube sezulwini.

Ngokuba umusa wakho mkhulu kuze kube sezulwini , nokuthembeka kwakho kuze kube semafwini.