nasikhwama sendlela , namabhantshi amabili , nazicathulo, naludondolo, ngokuba isisebenzi sifanele ukudla kwaso.
Hlalani kuleyo ndlu , nidle, niphuze abanipha khona ; ngokuba isisebenzi sifanele inkokhelo yaso. Ningangenisi ezindlini ngezindlu.
Kepha thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka babangenamandla singazithokozisi thina.
Uthando silw azi ngalokho ukuthi yena wabeka ukuphila kwakhe ngenxa yethu; nathi sifanele ukubeka ukuphila ngenxa yabazalwane.
Ngalokho-ke thina sifanele ukubamukela abanjalo , ukuze sibe yizisebenzi zeqiniso kanye nabo. Isibonelo esihle nesibi