Skip to Content

"sifike"

7 occurrences in ZUL

Uma bethi kithi : Hlalani size sifike kini , khona siyakuma endaweni yethu , singenyukeli kubo.

abasho ukuthi : Makaphuthume, asheshise umsebenzi wakhe ukuba siwubone, kusondele isiluleko soNgcwele ka-Israyeli, sifike ukuba sisazi!

U-Asa wakhala kuJehova uNkulunkulu wakhe , wathi: Jehova, akakho ngaphandle kwakho ongasiza phakathi konamandla amak hulu nongenawo ; sisize, Jehova Nkulunkulu wethu , ngokuba sencika kuwe , sifike ngegama lakho kulesi sixuku . Jehova, wena unguNkulunkulu wethu , mawungahlulwa muntu.

Abamelene nathi bathi : Abayikwazi, abayikubona s ize sifike phakathi kwabo, sibabulale, sivimbe umsebenzi.

uthi: Isho kanje iNkosi uJehova , ithi: Wena muzi ochitha igazi phakathi kwakho, ukuze isikhathi sakho sifike , nowenza izithombe kuwe ukuzingcolisa,

Kwathi u kuba zimuke kubo izingelosi ziya ezulwini , abelusi bakhuluma bodwa, bathi: Asihambe manje , size sifike eBetlehema , sibone leyo nto eyenzekileyo iNkosi esazisile yona.

ukuba isibusiso sika-Abrahama ngoKristu Jesu sifike kubo abezizwe, ukuze samukeliswe isithembiso sikaMoya ngokukholwa. Isithembiso asichithwa ngumthetho