Uma uhlangana nesidleke senyoni endleleni phambi kwakho emthini noma siphansi, sinamazinyane noma sinamaqanda , unina efukamele amazinyane noma amaqanda, ungathathi unina kanye namazinyane,
Bayalola ulimi lwabo njengenyoka ; isihlungu samabululu siphansi kwezindebe zabo. Sela
Isandla sakhe sokhohlo siphansi kwekhanda lami, nesokunene siyangigona.
Umphimbo wabo uyiliba elivulekileyo , ngezilimi zabo bayakhohlisa , isihlungu sezinyoka siphansi kwezindebe zabo;