"sitsha"
11 occurrences in ZUL
Kwathi izitsha sezigcwele , wathi endodaneni yakhe : Sondeza kimi nesinye isitsha. Kepha yathi kuye: Akusekho sitsha. Amafutha anquma-ke.
nangezingwegwe zenyama , nangezinkamba, nangezitsha zegolide elicwengekileyo, nangezindebe zonke zegolide, isisindo saleso naleso sitsha;
Waqhubeka ingcosana, wawa ngobuso bakhe, wakhuleka wathi: Baba, uma kungenzeka, akudlule kimi lesi sitsha ; nokho kungabi njengokuba ngithanda mina, kodwa njengokuba uthanda wena.
Wabuye waya ngokwesibili , wakhuleka wathi : Baba, uma lesi sitsha singedlule kimi ngingasiphuzanga, mayenziwe intando yakho.
Wathi: Aba, Baba, konke kungenzeka kuwe ; ake ususe kimi lesi sitsha , kepha kungabi njengokuba ngithanda mina , kodwa njengokuba uthanda wena.
Kanjalo-ke nesitsha emva kokudla, ethi: Lesi sitsha siyisivumelwano esisha egazini lami elithululelwa nina.
Kanjalo wathabatha nesitsha emva kokudla kwakusihlwa, wathi: Lesi sitsha siyisivumelwano esisha egazini lami ; lokhu kwenzeni ngezikhathi zonke enisiphuza ngazo ukuba ningikhumbule.