Skip to Content

"siyakukwenza"

4 occurrences in ZUL

Bonke abantu baphendula kanyekanye , bathi: Konke akukhulumileyo uJehova siyakukwenza. UMose wabuyisela kuJehova amazwi abantu.

Wathatha incwadi yesivumelwano , wayifunda ezindlebeni zabantu ; bathi: Konke akukhulumileyo uJehova siyakukwenza, silalele.

Ngokuba nazidukisa , lapho nangithuma kuJehova uNkulunkulu wenu ukuthi: Sinxusele kuJehova uNkulunkulu wethu, usitshele konke ayakukusho uJehova uNkulunkulu wethu, siyakukwenza.

Siyakukwenza lokho, uma uNkulunkulu evuma.