Kepha uma ningasilaleli, nisokwe, siyakuthatha indodakazi yethu, sihambe.
Imfuyo yethu nayo iyakuhamba nathi ; akuyikusala nanselo , ngokuba siyakuthatha kuyo lokhu esiyakumkhonza ngakho uJehova uNkulunkulu wethu; asikwazi esiyakumkhonza ngakho uJehova, singakafiki khona.