Skip to Content

"sokuphela"

7 occurrences in ZUL

Wena sikhulu sakwa-Israyeli, shinga elibulawayo, elilusuku lwakho lufika ngesikhathi sokuphela kobubi,

besakubonisa amanga , bekubhulela inkohliso yokuthi uyakubekwa ezintanyeni zababi ababulawayo , abalusuku lwa bo lufika ngesikhathi sokuphela kokubi.

Ngokuba unobutha obuphakade, futhi unikele abantwana bakwa -Israyeli osikweni lwenkemba ngesikhathi sesigemegeme sabo , ngesikhathi sokuphela kokubi,

Wayesesondela lapho ngimi khona; lapho esefika, ngashaywa luvalo, ngawa ngobuso bami ; kepha wathi kimi : Qonda, ndodana yomuntu , ngokuba umbono ungowesikhathi sokuphela.

Wathi: Bheka, ngiyakukwazisa okuyakwenzeka ng asekupheleni kwentukuthelo, ngokuba kungokwesikhathi sokuphela.

Abanye kwabahlakaniphileyo bayakuwa ukuba bacwengisiswe, bahlanzwe, benziwe mhlophe kuze kube sesikhathini sokuphela , ngokuba kusezakuba sesikhathini esimisiweyo.

Ngesikhathi sokuphela inkosi yaseningizimu iyakuqhubukushana nayo ; inkosi yasenyakatho isiyakuvunguzela yona ngez inqola, nangabamahhashi, nangemikhumbi eminingi, ingene emazweni amaningi, ikhukhule, idlule.