Kuthe befika abehora leshumi nanye , kwaba yilowo nalowo wamukela udenariyu.
Sekuza abokuqala, bathi bazakwamukela okukhulu ; kepha nabo bamukela udenariyu ngabanye.
Ngitshengiseni imali yokuthela, bamtshengisa udenariyu.
Kepha yena ekwazi ukuzenzisa kwabo wathi kubo : Ningilingelani na ? Lethani kimi udenariyu, ngimbone.
Ngiboniseni udenariyu; unomfanekiso nombhalo kabani? Bathi: OkaKesari.