Ngaphambili kuhamba abahlabeleli , ngasemuva abashaya ugubhu , ngaphakathi izintombi ezishaya izingubhu.
Ebusuku ngiyakhumbula ukubetha kwami ugubhu , ngizindla enhliziyweni yami; nomoya wami uyahlolisisa.
ngokubetha ugubhu olunezintambo eziyishumi , nomqangala, kanye nehabhu elizwakala kamnandi.