unjengokukhanya kwasekuseni ekuphumeni kwelanga, isasa elingenamafu, lapho kuvela ekukhanyeni uhlaza emhlabathini emva kwemvula.
Ngehlela ensimini yamantongomane ukuyobona uhlaza lwesigodi , nokubona uma imivini iqhakazile, namapomegranati uma ekhahlele.
Ngokuba amanzi aseNimrimi ayincithakalo , notshani buyoma , uhlaza luyaphela, akusekho okuluhlaza.
ukusuthisa ihlane kwahlongasibi, nokuhlumisa uhlaza, na?