Ngokuba inseli noyisiminzi bayakuba mpofu ; ukozela kuyakwembathisa umuntu amanikiniki.
ubuthongo obuncane, ukozela okuncane, ukusonga izandla kancane kuze kulalwe,
angiyikunika amehlo ami ubuthongo, nezinkophe zami ukozela
Unganiki amehlo akho ubuthongo, nezinkophe zakho ukozela.
Ubuthongo obuncane, ukozela okuncane, ukusonga izandla kancane kuze kulalwe,
Bonke abalindi bayizimpumputhe , abanakwazi; bonke bayizinja eziyizimungulu, abakwazi ukukhonkotha , balala bephupha , bathanda ukozela.