Skip to Content

"ukubala"

5 occurrences in ZUL

Kwathi eseq ale ukubala , kwalethwa kuye enye enecala lamatalenta ayizinkulungwane eziyishumi.

UJosefa waqongelela amabele angangesihlabathi solwandle , okuningi kakhulu, waze wayeka ukubala, ngokuba kwakungenakubalwa. Indlala

Wozibalela amasonto ayisikhombisa ; kusukela esikhathini oqala ngaso ukubeka isikela ezinhlangeni zamabele woqala ukubala amasonto ayisikhombisa.

UJowabe indodana kaSe ruya waqala ukubala , kepha akaqedanga; kwaba khona ulaka ngalokho phezu kuka-Israyeli, nomumo awufakwanga encwadini yezindaba zemihla ngemihla yenkosi uDavide.

Sifundise, Nkosi, ukubala izinsuku zethu , sizuze inhliziyo enokuhlakanipha.