Noma kuyiphi indawo lap ho nizwa khona ukubethwa kwecilongo , buthanani khona, nize kithi; uNkulunkulu wethu uyakusilwela.
Zonke izingubo zakho ziqholiwe ngenhlaka , nenhlaba, nekasiya; ezindlini zobukhosi zophondo lwendlov u ukubethwa kwezingubhu zezintambo kukujabulisile.