ukuze ukuhlanganyela kokukholwa kwakho kube nomsebenzi ekwazini konke okuhle okukithi kuKristu,
Kwathi sebekhulekile , kwazanyazanyiswa indawo lapho beb ebuthene khona, bagcwaliswa bonke nguMoya oNgcwele , bakhuluma izwi likaNkulunkulu ngesibindi. Ukuhlanganyela kwebandla izinto zonke
Ngokuba bona kambe basilaya izinsukwana njengokubona kwabo , kepha yena kube yinsizakalo, size sithole ukuhlanganyela ubungcwele bakhe.