Skip to Content

"ukulinganisa"

14 occurrences in ZUL

ukulinganisa kwakho owesilisa , kusukela koneminyaka engamashumi amabili kuze kube koneminyaka engamashumi ayisithupha , kuyakuba ngamashekeli angamashumi ayisihlanu esiliva ngokweshekeli lendlu engcwele.

Uma kungowesifazane , ukulinganisa kwak ho kuyakuba ngamashekeli angamashumi amathathu.

Uma kusukela koneminyaka eyisihlanu kuze kube koneminyaka engamashumi amabili , ukulinganisa kwakho owesilisa kuyakuba ngamashekeli angamashumi amabili, nowesifazane amashekeli ayishumi.

Uma kusukela konenyanga kuze kube koneminyaka eyisihlanu, ukulinganisa kwakho owesilisa kuyakuba ngamashekeli ayisihlanu esiliva , nokulinganisa kwakho owesifazane kuyakuba ngamashekeli amathathu esiliva.

Uma kusukela koneminyaka engamashuni ayisithupha kuya phezulu , nalapho kungowesilisa, ukulinganisa kwakho kuyakuba ngamash ekeli ayishumi nanhlanu, nowesifazane kube ngamashekeli ayishumi.

Kepha uma etha nda ngempela ukusihlenga, uyakuthasisela okwesihlanu kwaso kukho ukulinganisa kwakho.

Uma umuntu eyakumngcwelisela uJehova inxenye yensimu yefa lakhe , ukulinganisa kwakho kuyakuba njengokuhlwanyelwa kwayo, ukuhlwanyelwa kwehomere lebhali kube ngamashekeli angamashumi ayisihlanu esiliva.

Kepha uma ungcwelisa insimu emva kwejubili , umpristi uyakumbalela imali ngeminyaka eseleyo kuze kuf ike umnyaka wejubili , kuncishiswe ukulinganisa kwakho.

umpristi uyakumbalela imali yokulinganisa kwakho kuze kufike umnyaka wejubili, anike ukulinganisa kwakho ngalolo suku kube yinto engcwele kuJehova.

Konke ukulinganisa kwakho kuyakuba ngokweshekel i lendlu engcwele ; amagera angamashumi amabili ayakuba yishekeli.

Ukulinganisa nesilinganiso esilungileyo kungokukaJehova; zonke izisindo zasesikhwameni zingumsebenzi wakhe.

Kuphila kwami, isho iNkosi uJehova, akusayikubakho ukulinganisa ngalesi saga kwa-Israyeli.

Lapho eseqede ukulinganisa indlu engaphakathi , wangiphumisa ngendlela yesango elingasempumalanga, walinganisa ukuzungeza.

Ngathi: Uya ngaphi? Wathi kimi: Ngiya ukulinganisa iJerusalema , ngibone ukuthi bungakanani ububanzi balo, bungakanani nobude balo.