Skip to Content

"ukumbamba"

8 occurrences in ZUL

Endaweni esithekileyo uqamekela njengengonyama emphandwini wayo ; uhlomele ukumbamba ohluphekileyo ; uyambamba ohluphekileyo ngokumngenisa esihibeni sakhe.

Base befuna ukumbamba ; kepha bazesaba izixuku , ngokuba zazithi ungumprofethi.

Base befuna ukumbamba , kepha besaba isixuku ; ngokuba bazi ukuthi ukhulume lo mfanekiso ngabo. Base bemshiya bamuka. Intela kaKesari (Math. 22:15; Luk. 20:19)

Ababhali nabapristi bafuna ukumbamba khona lapho, kepha besaba abantu, ngokuba bazi ukuthi uwukhulumile lo mfanekiso ngabo.

Ngakho baf una ukumbamba , kepha akubangakho owambeka isandla , ngokuba isikhathi sakhe sasingakafiki.

Abanye-ke kubo babethanda ukumbamba ; kepha akubangakho owambeka izandla. Izikhonzi zifuna ukumbamba uJesu

Base befuna futhi ukumbamba, kepha waphunyuka esandleni sabo.

ebengifuna ukumbamba ahlale kimi , ukuze angikhonze esikhundleni sakho ngisekuboshweni ngenxa yevangeli;