UJehova uNkulunkulu wakho uyakusoka inhliziyo yakho nenhliziyo yenzalo yakho ukumthanda uJehova uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho nangawo wonke umphefumulo wakho ukuba uphile.
UJonathani waphinda wamfungisa ukumthanda kwakhe , ngokuba wamthanda njengokuba ethanda umphefumulo wakhe.
Ngakho-ke abaJuda bathi: Bheka, ukumthanda kwakhe okungaka.