Ungalali nomkamakhelwane ukuzingcolisa ngaye.
Ungalali nesilwane ukuzingcolisa ngaso; nowesifazane makangemi phambi kwesilwane ukuba alale naso; kuyichilo.
Ingcuba nokudweshulwe yizilo akayikukudla ukuzingcolisa ng akho; nginguJehova.
uthi: Isho kanje iNkosi uJehova , ithi: Wena muzi ochitha igazi phakathi kwakho, ukuze isikhathi sakho sifike , nowenza izithombe kuwe ukuzingcolisa,