Abantu sebebone ukuthi uMose ulibele ukwehla entabeni, abantu babuthana ku-Aroni, bathi kuye : Vuka usenzele onkulunkulu abazakuhamba phambi kwethu, ngokuba uMose lowo , umuntu owasikhuphula ezweni laseGibithe, asazi ukuthi wehlelwe yini.
Kepha uma wesaba ukwehla, yehla noPhura udibi lwakho, niye ekamu;
Ngalokho yehla , nkosi, uma kuyisifiso senhliziyo yakho ukwehla , thina simkhaphele esandleni senkosi.
Lapho a bantwana bakwa -Israyeli bebona ukwehla komlilo , nenkazimulo kaJehova iphezu kwendlu , bakhothama phansi ngobuso phezu kwendawo egandaywe ngamatshe , bakhuleka, babonga uJehova , ngokuba muhle nangokuba umusa wakhe umi phakade.
UJehova uyakulizwakalisa izwi lakhe elidumileyo , abonakalise ukwehla kwengalo yakh e ngokuvutha kolaka lwakhe , nangelangabi lomlilo oqothulayo, ngesivunguvungu, nangesiphepho, nangesichotho.