"umelwe"
17 occurrences in ZUL
Angithi uma wenza kahle , uyamukeleka na ? Uma ungenzi kahle , isono sihlezi ngasemnyango ; ukunxanela kwaso kukuwe , kepha wena umelwe ukusibusa.
Umuntu onikela ngomhlatshelo weminikelo yokuthula kuJehova ukugcwalisa isithembiso noma owomnikelo wesihle ezinkomeni noma ezimvini, umelwe ukuphelela ukuba wamukeleke, kungabi sici kuwo.
UNkulunkulu uyesabeka kakhulu emhlanganweni wabangcwele ; umelwe ukuhlonishwa yibo bonke abangakuye.
Kusukela kuleso sikhathi uJesu waqala ukubonisa abafundi bakhe ukuba umelwe ukuya eJerusalema, ahlushwe ngokuningi ngamalunga nangabapristi abakhulu nababhali, abulawe, kepha avuswe ngosuku lwesithathu.
Ngobusuku obu landelayo iNkosi yema ngakuye , yathi: Yima isibindi ; njengalokho ufakaze ngami eJerusalema , ngokunjalo umelwe ukufakaza naseRoma. Icebo labaJuda lokumbulala uPawulu
yathi: U ngesabi, Pawulu; umelwe ukuma phambi kukaKesari ; bheka, uNkulunkulu ukuphile bonke abahamba nawe emkhunjini.
Ngakho umbonisi umelwe abe ngongasolekiyo , indoda emfazi munye , abe ngozikhuzayo, oqondileyo, oziphatha ngokufaneleyo , ongenisa izihambi , onesu lokufundisa,
Ngokuba umbonisi umelwe ukuba abe ngongasolekiyo njengomphathimuzi kaNkulunkulu, ongaziqhenyi, ongesiso isififane , ongesiso isiphuzi , ongesiso isilwi, ongesiye ohahela inzuzo embi,