Skip to Content

"umkhondo"

8 occurrences in ZUL

Achitha umkhondo wami; asebenzela ukubhujiswa kwami engazibambi.

Lapho umoya wami udangala phakathi kwami , wena uyawazi umkhondo wami; endleleni engihamba ngayo bangifihlele ugibe.

Umkhondo wabalungileyo unjengokukhanya kokus a okuqhubeka ngokukhanya njalo kuze kube semini.

Yenza umkhondo wonyawo lwakho ukuba ulingane , ziqine zonke izindlela zakho.

Akanaki umkhondo wokuphila; imikhondo yakhe iyaguquguquka, engazi.

Endleleni yokulunga kukhona ukuphila , nalapho umkhondo wakho udlula khona, akukho ukufa.

Indlela ye vila injengothango lobobe , kepha umkhondo wabakhutheleyo ungumendo.

Indlela yabalungileyo iqondile , umkhondo wabaqotho ulungile , uyawenza ukuba ulingane.