Abantu wabayisa emizini , ebasusa komunye umncele wezwe laseGibithe kwaze kwaba komunye umncele walo.
Awuyikususa umncele womakhelwane wakho ababewubeka abadala efeni lakho oyakulidla ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika ukuba ulidle. Umthetho wobufakazi
nalapho ngalumisela umncele wami, ngamisa imigoqo nezicabha,
Umisile umncele ukuba angaweqi, angabuyi ukusibekela umhlaba.
lapho emisela ulwandle umncele, ukuze amanzi angeqi izwi lakhe, nalapho emisa izisekelo zomhlaba,
Aningesabi yini , usho uJehova , anithuthumeli phambi kwami , mina engibeke isihlabath i sibe ngumkhawulo wolwandle , umncele ophakade olungenakudlula kuwo, na? Noma lugubha, alunakuwahlula; noma luduma, alunakudlula kuwo.
Lezi zaziyizilinganiso ze -altare ngezingalo , ingalo iyingalo nobubanzi besandla: isinqe sasiyingalo ukuphakama kwaso , nobubanzi buyingalo ; umncele walo ngaseceleni kwalo nxazonke wawunjengokudazuluka kweminwe; lokhu kwakungukuphakama kwe-altare;
Unqenqema, ubude balo , babuyizingalo eziyishumi nane , ububanzi balo bungeziyishumi nane ezinhlangothini zalo zozine ; umncele nxazonke kwalo wawuyinxenye yeng alo; isinqe salo sasiyingalo nxazonke , izinyathelo zalo zibheke ngasempumalanga.