Wakhuluma ku -Efroni ezindlebeni zabantu balelo zwe , wathi: Ake ungilalele: ngizakukunika imali yensimu ; yamukele kimi, ngimmbele khona ofileyo wami.
Ngiyakukwazisa, ungilalele; ngiyakukulandisa engikubonileyo
Yizwa, Jobe, ungilalele; thula, mina ngizakukhuluma.
ikakhulu lokhu uyisazi sawo onke amasiko nokuphikisana kwabaJuda ; ngalokho ngiyakunxusa ukuba ungilalele ngokubekezela.