Skip to Content

"unkulu"

7 occurrences in ZUL

Ngokuba uma nigcina nokugcina yonke le miyalo enginiyala ngayo ukuba niyenze, nimthande uJehova uNkulu nkulu wenu , nihambe ngazo zonke izindlela zakhe, ninamathele kuye,

Onke amazibulo amaduna azalwa ezinkomeni zakho nasezimvini zakho wowangcwelisela uJehova uNkul unkulu wakho ; awuyikusebenza ngezibulo lezinkomo zakho, ungaligundi izibulo lezimvu zakho.

Kuyakuthi lapho usufikile ezweni uJehova uNkul unkulu wakho akunika lona libe yifa lakho ukuba ulidle, wakhe kulo,

Kepha enkosini yakwaJuda eyanithuma ukubuza kuJehova niyakusho kuyo kanje, nithi: Usho kanje uJehova uNkulu nkulu ka-Israyeli, uthi: Maqondana namazwi owezwileyo,

Zase zima lezo zigaba zombili zababongayo endlini kaNkul unkulu kanye nami, nenxenye yababusi inami,

Usho kanje uNkul unkulu uJehova owadala izulu, waleneka, nowawendlala umhlaba nokuvela kuwo, nowanika abantu abakuwo ukuphefumul a nomoya kwabahamba kuwo, uthi:

Isho kanje iNkosi uNkul unkulu, ithi: Bheka, ngiyakuphakamisela izizwe izandla zami, ngimisele abantu ibhanela lami ; bayakuletha amadodana akho esifubeni sabo, namadodakazi akho ayakuthwalwa emahlombe.