Uma ubona u kudlovelwa kwabampofu nokuphangwa kokwahlulela nokokulunga ezweni , ungamangali ngakho , ngokuba omkhulu uqaphela omkhulu kunaye, futhi kukhona nabakhulu kunabo.
ufaka izinyawo zami ezingongolweni , uqaphela zonke izind lela zami , uzidwebela umudwa ngasematheni ezinyawo zami,
Uyazi yini isikhathi sokuzala kwamagogo , uqaphela ukuzala kwezindluzelekazi, na?
Omubi uqaphela olungileyo, ufuna ukumbulala.
Uma wena Jehova uqaphela iziphambeko, Nkosi, ngubani ongema na?
Owenza okubi uqaphela izindebe zokona , nomqambimanga ubeka indlebe olimini olubi.