noTathi indodana yakhe , no-Uriyeli indodana yakhe , no-Uziya indodana yakhe, noShawule indodana yakhe.
kumadodana kaKo hati: ngu-Uriyeli inhloko nabafowabo , beyikhulu namashumi amabili;
UDavide wabiza oSadoki no -Abiyathara abapristi, namaLevi o-Uriyeli, no- Asaya, noJoweli, noShemaya, no-Eliyeli, no-Aminadaba, wathi kubo:
Wabusa iminyaka emithathu eJerusalema ; igama likanina lalinguMikhaya indodakazi ka-Uriyeli waseGibeya. Kwakukhona ukulwa phakathi kuka-Abiya noJerobowamu.