Skip to Content

"uruthe"

6 occurrences in ZUL

Badazuluka, baphinda bakhala; u-Orpa wamanga uninazala , kepha uRuthe wanamathela kuye.

Kepha uRuthe wathi : Ungangincengi ukuba ngikushiye , ngibuye, ngingakulandeli, ngokuba lapho uya khona , ngiyakuya khona nami, nalapho uhlala khona , ngiyakuhlala khona nami ; abantu bakho bayakuba ngabantu bami, uNkulunkulu wakho abe nguNkulunkulu wami.

URuthe wakwaMowabi wathi kuNawomi : Mangihambe, ngiye ensimini , ngikhothoze ezikhwetshini emva kwalowo engiyakufumana umusa emehlweni akhe. Wathi kuye: Hamba, ndodakazi yami.

URuthe wakwaMowabi wathi : Yebo, wathi kimi : Wonamathela kubafana bami, baze baqede konke ukuvuna kwami.

UBowazi wayesemthatha uRuthe , waba ngumkakhe ; wangena kuye ; uJehova wamnika ukuba akhulelwe; wazala indodana.

Abesifazane abakhelene naye bametha igama , bathi: Kuzelwe indodana kuNawomi. Baqamba igama lakhe ngokuthi u -Obede; yena unguyise kaJese , uyise kaDavide. URuthe ukhokho kaDavide