Skip to Content

"useduze"

8 occurrences in ZUL

Bheka-ke, lowo muzi useduze ukuba ngibalekele kuwo , futhi mncane; ake ngibalekele khona angithi mncane ukuba umphefumulo wami uphile.

UJehova useduze nabo abanenhliziyo eyaphukileyo ; uyabasindisa abanomoya odabukileyo.

Wena Jehova useduze; imiyalo yakho yonke iyiqiniso.

UJehova useduze nabo bonke abambizayo, bonke abambizayo ngeqiniso.

Ongithethayo useduze ; ngubani ongamelana nami na ? Masivuke kanyekanye; ngubani omangalelana nami na? Makasondele kimi.

Ubatshalile, futhi bagxilile; bayakhula, bathela izithelo; useduze nomlomo wabo, kepha ukude nezinhliziyo zabo.

Kanjalo nani , nxa nibona lezo zinto zenzeka , yazini ukuthi umbuso kaNkulunkulu useduze.

kepha uma uveza ameva nekhakhasi , uyaleka, useduze nokuqalekiswa , ukuphela kwawo ngukushiswa.