Skip to Content

"uvusa"

7 occurrences in ZUL

Umuntu onolaka uvusa ukuxabana , nomuntu ofuthekayo uvama ukuphambeka.

Kwakulotshwe kuyo ukuthi: Kuzwakele ezizweni, naye uGashimu uthi wena nabaJuda nihlose ukuhlubuka, okungalokho uvusa ugange, ube yinkosi yabo; yebo, anjalo amazwi.

Umthetho kaJehova uphelele , uvusa umphefumulo; ukufakaza kukaJehova kuqinisile, kuhlakaniphisa oyisiwula.

Kwayikhona beqinisa kakhulu , bethi: Uvusa abantu efundisa kulo lonke laseJudiya, eqalile kwelaseGalile, waze wafika lapha.

Bambona bonke abakhe eLida naseSarona, baphendukela eNkosini. UPetru uvusa uThabitha kwabafileyo

Kepha thina samuka ngomkhumbi eFilipi emva kwezinsuku zezinkwa ezingenamvubelo, safika kubo eTrowa ngezinsuku eziyisihlanu, sahlala khona izinsuku eziyisikhombisa. UPawulu uvusa u-Evitiku ekufeni

Kungani kube yinto engakholekile kini ukuthi uNkulunkulu uvusa abafileyo na?