Skip to Content

"uyahlanya"

6 occurrences in ZUL

U-Akhishi wayesethi ezincekwini zakhe : Bheka, uyabona ukuthi lo muntu uyahlanya; nimletheleni kimi na?

Umlindi wabika wathi : Sifikile kubo , kepha asibuyi ; ukuqhuba kufana nokuqhuba kukaJehu indodana kaNimishi ; ngokuba uqhuba kungathi uyahlanya.

Abakubo sebekuzwile baphuma ukuyombamba, ngokuba bathi uyahlanya.

Abaningi kubo bathi: Unedemoni, uyahlanya; nimlalelelani na?

Kodwa bathi kuyo : Uyahlanya. Yona yaqinisa yathi : Hhayi, kunjalo. Bona bathi: Yingelosi yakhe.

Kwathi esaziphendulela kanjalo , uFestu wathi ngezwi elikhulu : Pawulu, uyahlanya; ukufunda okuningi kuyakuhlanyisa.