Skip to Content

"uyakuvuka"

5 occurrences in ZUL

uma uhlambulukile , futhi ulungile , khona yena uyakuvuka ngenxa yakho , aphumelelise ikhaya lokulunga kwakho.

Uyakuvuka, uhawukele iSiyoni ; sekuyisikhathi sokuliphatha ngomu sa, yebo, isikhathi esimisiweyo sesifikile.

Uyakulala kuze kube nini , vilandini? Uyakuvuka nini ebuthongweni bakho na?

Ngithi kini : Noma engazukuvuka amnike ngokuba engumhlobo wakhe , nokho ngenxa yokukhongisisa kwakhe uyakuvuka amnike konke akudingayo.

UMarta wathi kuye : Ngiyazi ukuthi uyakuvuka ekuvukeni ngosuku lokugcina.