UJehova uyalondoloza ongenabuqili; ngithotshisiwe phansi wangisindisa.
UJehova uyalondoloza bonke abamthandayo , kepha ababi bonke uyakubabhubhisa.
UJehova uyalondoloza abafokazi ; uyaphasa intandane nomfelokazi ; kepha indlela yababi uyayiphambanisa.