Onomoya ohahayo uyavusa ukuxaba na, kepha owethemba kuJehova uyakukhuluphaliswa.
Ngokuba uma bewa , omunye uyavusa umngane wakhe ; kepha maye kuye oyedwa lapho ewa, engenawesibili wokumvusa!
Uyavusa odingayo othulini, aphakamise ompofu ezaleni,
UJehova uyenza ukuba izimpumputhe zi bone; uJehova uyavusa abathotshisiweyo; uJehova uyathanda abalungileyo.
Uyathuma izwi lakhe , likuncibilikise; uyavusa umoya wakhe , amanzi agobhoze.
Umuntu ofuthayo uyavusa ukuxabana , kepha owephuza ukuthukuthela uthulisa ingxabano.
UJehova uyaphuma njengeqhawe ; njengendoda yempi uyavusa ukushisekela kwakhe; uyakhala, yebo, uyabangalasa, enze ubuqhawe phezu kwezitha zakhe.