Skip to Content

"wahlula"

5 occurrences in ZUL

Kwathi uMose esephakamisile isandla sakhe , u-Israyeli wahlula, kepha nxa esehlisa, u-Amaleki wahlula.

USawule wahlula ama -Amaleki kusukela eHavila kuya ngaseShuri elingaphambi kwaseGibithe.

Abantwana bangena -ke, balidla izwe , wahlula phambi kwabo abakhe ezweni, amaKhanani, wabanikela ezandleni zabo , kanye namakhosi abo , nabantu bezwe, ukuba benze kubo njengokuthanda kwabo.

Kodwa uSawulu wakhula kakhulu emandleni, wahlula abaJuda abakhileyo eDamaseku eqinisa ukuthi lowo unguKristu.

Lowo muntu onomoya omubi wabadumela , wahlula ababili , wabanqoba, baze baphunyuka kuleyo ndlu behambaze, belimele.