abayikubona ngempela izwe engalifungela oyise , futhi aliyikubonwa muntu walabo abangidelela;
Omunye walabo ababili abamuzwa uJohane balandela uJesu wayengu - Andreya umfowabo kaSimoni Petru;
Ngake nganiqilizela yini ngomunye walabo engabathumela kini na?
kepha-ke ngaphandle kokukholwa akwenzeki ukumthokozisa ; ngokuba ozayo kuNkulunkulu umelwe ukukholwa ukuthi ukhona nokuthi ungumvuzi walabo abamfunayo.